U-Andries Kubheka ukholwa wukuthi ayikho ingozi okungafanele ibonwe yiso elibukhali lethimba lezokuphepha lasemayini.
Read MoreUnyaka odlule siwuphethe kahle, saqopha irekhodi lokuthi kungafi noyedwa umuntu eminyakeni engu-11, safinyelela emgomweni weKangra wokuthi kungabibikho noyedwa umuntu ongekho emsebenzini ngenxa yokulimala.
Read MoreUkusebenzisa izinto zobuchwepheshe ukugcina nokulandela amarekhodi ezempilo nezokuphepha kwenza ithimba laseKangra lihlale lenza umsebenzi ngendlela.
Read MoreUTendani Maphiri ulwazi kahle usizi lwentokazi encane ephokophele ukuphumelela ngaphezu kwezinselelo zayo.
Read MoreIKangra izimisele ukunyusa izinga layo lezokuphepha emva kokuklonyeliswa ngeMine Health and Safety Council ngokuqeda ama-shift ayizigidi ezintathu kungafanga muntu ngoNovemba wango-2023. UMichael Madonsela, umphathi wezokuPhepha emayini uthi lokhu bakuzuze ngenxa yokubambisana kwawo wonke umuntu ephusheni labo lokufinyelela lapho kungalimali muntu khona. “Umsebenzi wokubambisana kwawo wonke umuntu,” kusho uMichael ogcizelele umsebenzi owenziwayo zonke izinsuku ukuhlola ubungozi kanjalo nobuholi obuyingxenye enkulu yokwenza izinto eKangra.
Read MoreEkupheleni kuka-Agasti 2019, iKangra ibisisebenze amahora awu-2 319 611 kungekho sigameko sokufa komuntu futhi iklonyeliswe ngalokhu wumkhandlu obhekelela ezokuphepha ezimayini, i-Mine Health and Safety Council …
Read More