Umgwaqo omqoka oxhumanisa izakhamuzi nezikole nezindawo zezempilo eSaul Mkhizeville, eMpumalan- ga, usulungisiwe, ngenxa yomsebenzi weKangra.
Read MoreUkweseka umsebenzi wokuhlenga izimpilo, iKangra inikele nge-ambulensi eMnyangweni weZempilo waseMpumalanga.
Read MoreUnjiniyela waseKangra uKwanele Buthelezi ukhulume nabafundi baseSiyanda Secondary School KwaZulu-Natali ngamakhono ayishumi aseqhulwini adingeka ukusungula imayini esithangami sokufundisa ngemisebenzi ebesihlelwe wuMnyango wokuMbiwayo.
Read MoreKusukela esikhathini lapho bebethembela khona eziphethwini nasemifuleni, ushintsho selufikile emindenini engu-30 yaseDonkerhoek esikwazi ukuthola amanzi empompini emagcekini abo.
Read MoreEmizamweni yokuphucula ukuphepha emgwaqweni nokuthuthukisa umnotho, iKangra noMkhandlu waseMkhondlo eMpumalanga bethule uhlelo lokulungisa umgwaqo oluzodla u-R2.9 million.
Read MoreImindeni okwabonakala ukuthi ihlala eduze kwemayini noma leyo esemhlabeni imayini ezonabela kuyo eminyakeni edlule ibiloku inikwa imizi emisha emhlabeni weKangra, kude nalapho kusetshenzelwa khona. Le misebenzi …
Read MoreKusukela ngoJanuwari kuya kuSepthemba iKangra ithenge impahla engaphezu kuka-R535.86 million ezinkampanini ezimi kahle uma kuziwa kwi-Black Economic Empowerment (i-BEE). Kulindeleke ukuthi uthi uphela lo nyaka le mali …
Read MoreUkuba khona kwabantu abawelisana umgwaqo kuneqhaza elimqoka ekuqinisekiseni ukufundiseka kwabantu ngokuphepha emgwaqweni kanti babalulekile ekuqiniseni ezokuphepha kwabafundi bethu ezikoleni …
Read MoreIKangra ihlinzeka iQalani Primary School ngezindlu ezincane eziphephile zesikhashana ukuqinisekisa ukuthi abafundi bakwazi ukufundela endaweni ephephile nehlanzekile. IQalani yisikole somphakathi esise-Saul Mkhizeville …
Read MoreIhholo lomphakathi lase- Kransbank, lapho kuzobanjelwa khona imihlangano yomphakathi, imicimbi yobumnandi neminye imicimbi yomphakathi, lizophela maduze nje. Leli hholo lakhiwa yinkampani yabantu abamnyama …
Read MoreUhulumeni ubuhlinzeka umphakathi wase-Kransbank ngamanzi athathwa emathangini amanzi kodwa akuyona yonke imindeni ebixhunyelwe kula mathangi. Ukulungisa lesi simo, iKangra isebenzise u-R900 000 ukwengeza …
Read MoreU kwakhiwa kwemizi yemindeni engu-23 endaweni entsha exube imizi nezitolo e-Saul Mkhizeville, eMpumalanga, sekuyaphothulwa. Lo msebenzi odle u-R14 million uyingxenye yemizamo yeKangra yokuphucula impilo …
Read More