Posts in ibhuku
IKangra iqinisa ezokuphepha

IKangra izimisele ukunyusa izinga layo lezokuphepha emva kokuklonyeliswa ngeMine Health and Safety Council ngokuqeda ama-shift ayizigidi ezintathu kungafanga muntu ngoNovemba wango-2023. UMichael Madonsela, umphathi wezokuPhepha emayini uthi lokhu bakuzuze ngenxa yokubambisana kwawo wonke umuntu ephusheni labo lokufinyelela lapho kungalimali muntu khona. “Umsebenzi wokubambisana kwawo wonke umuntu,” kusho uMichael ogcizelele umsebenzi owenziwayo zonke izinsuku ukuhlola ubungozi kanjalo nobuholi obuyingxenye enkulu yokwenza izinto eKangra.

Read More
Inkundla kaCOO

Balingani, bosonkontileka nomphakathi abathandekayo, Ngiyajabula ukunethulela ushicilelo lokuqala ngqa leS’fun Ukwazi. Leli bhukwana elingezilimi ezimbili (isiNgisi nesiZulu) sekunesikhathi lihlanganiswa kanti manje …

Read More
ibhuku, ezenkampaniMenar